26Jul2026
ochwepheshe-000

Ochwepheshe bezokwakhiwa kwemigwaqo nezindlu bazokhiqizwa yisikole esisha iLangalibomvu High School

Lamazwi ashiwo ngu MEC Siboniso Duma ngesikhathi emva kokuba uMinister Gwede Mantashe ophethe ezezimayini emukela ephinda evula ngokusemthethweni lesisukole esakhiwe yinkampani yezezimayini i RBM. IRBM iphinde yakha umgwaqo ibambisene monyango.

Bekukhona uDeputy Minister Nomalungelo Gina womnyango i Science, Technology and Innovation, MEC wazeMfundo u Sipho Hlomuka, amakhansela kanye nomphakathi obujabule.

Read More